Seraz Abrahams
Photographer
English
isiZulu
English
With this body of work I focused on people, rituals and architecture within a religious context. The aim was to make images that showcase and prove that a shared religious experience and collective worship as well as personal worship are possible in the same space at the same time. I sought to create an emotional connection with the viewer and the aim is also to evoke a sense of peace, reflection and sacredness through these images.
isiZulu
Ngaloluhla lomsebenzi ngigxile kubantu, amasiko kanye nezakhiwo ngaphakathi kwengqikithi yezenkolo. Inhloso kwakuwukwenza izithombe ezibonisa futhi zifakazele ukuthi ulwazi lwezenkolo olwabiwe, ukukhonza ngokuhlanganyela kanye nokukhonza komuntu siqu kungenzeka endaweni eyodwa ngesikhathi esifanayo. Bengifuna ukwakha ukuxhumana ngokomoya nombukeli futhi ngivuse umuzwa wokuthula, ukuzindla nobungcwele ngalezi zithombe.
Seraz Abrahams
















